Lalela Couriers

Lalela Couriers We operate a shared courier system to keep costs affordable. You can also hire us at R15 per kilometre.

Siyahlanganisa ama-parcels, siyakuthengela (iRunner), futhi siyalanda izinto ezisukela kuma-small parcels kuya kwezinkulu ezifana nefenisha.

EGoli - Makukhona ofisa ukuphathisa anything to Johannesburg from Ulundi, Nongoma, Hlabisa, Vryheid, Newcastle, Volksrus...
09/09/2026

EGoli - Makukhona ofisa ukuphathisa anything to Johannesburg from Ulundi, Nongoma, Hlabisa, Vryheid, Newcastle, Volksrust, Standerton, etc. engasithinta manje ku WhatsApp wodumo ka 0350012252 ngoba ntambama siyakhuphuka.

Mawusiphathisa awubuzi mpilo uhlala odabeni, usho ukuthi uphathisa ini, isuka kuphi (Address) and iya kuphi neGoli (Address) πŸ™πŸΌ.

0350012252 - WhatsApp.

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

"I saw our Lalela Couriers today πŸ’ƒ. Phakathi eThekwini." Enye yama messages from our inbox. Thank you for spotting us no...
08/09/2026

"I saw our Lalela Couriers today πŸ’ƒ. Phakathi eThekwini." Enye yama messages from our inbox. Thank you for spotting us nokusikhombisa uthando. Abasiphathisile abasendleleni siyaxolisa ukuthi sizonivusa. Kusasa siyadiliva kusasa futhi.

11 September sizobe siseThekwini again. Kusasa ntambama siya eGoli, sicela ukuphathiswa okuya khona eJozi πŸ™πŸΌ.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

LALEA COURIERS - Sizikhandlela Wena.

Yes FREE delivery 😊
08/09/2026

Yes FREE delivery 😊

R400 and FREE delivery via Lalela Couriers Routes

Zibuke kahle nje ungalokhu uzilunguza, all iPhone Users should have this mirror.

Lalela Couriers free pickup spots Durban, Stanger, Gingindlovu, Eshowe, Richards Bay, Eskhawini, Dlangezwa, Empangeni, Mtubatuba, Hluhluwe, Mkhuze, Pongola Hlabisa, Nongoma, Ulundi and Melmoth.

Vryheid, Newcastle, Utretch, Volkrust, Standardton, Germiston and Johannesburg.

WhatsApp 0350012252

Noma isimo sezulu sinje siyasebenza ngoba nisithumile. Njengamanje sibheke eThekwini sizofika siqoqe okuqoqekayo mase si...
07/09/2026

Noma isimo sezulu sinje siyasebenza ngoba nisithumile. Njengamanje sibheke eThekwini sizofika siqoqe okuqoqekayo mase siyabuya. Kungenzeka sibuye kusasa early.

Makukhona ofisa ukusiphathisa khona eThekwini ungasithinta sobuya nakho kusasa.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

Lalela Couriers - Silalela Wena πŸ™πŸΌ.

Kusasa and Sunday (early) we are available for ukusiqasha mangabe ufisa ukuthutha izimpahla noma imfuyo.Sithinte manje n...
04/09/2026

Kusasa and Sunday (early) we are available for ukusiqasha mangabe ufisa ukuthutha izimpahla noma imfuyo.

Sithinte manje ngo WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.

Lalela Couriers - Sisebenzela Wena πŸ™πŸΌ.

04/09/2026

Uvukile uMalambane. Yazi lemoto isho ukuthi u-LALELA iRunner is ON and operating now. From now on usungasithuma noma ungazi isitolo ne price, angithi thina sizogijima size sifike khona and check everything. We will send you pictures too ukuze u confirme

Monday, 07 September, siyabuya njalo. Ufunani?

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

CONFIRMED!Sicela ibambane ku WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.Lalela Couriers  - Sizwa Ngawe πŸ™πŸΌ.
04/09/2026

CONFIRMED!
Sicela ibambane ku WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252.

Lalela Couriers - Sizwa Ngawe πŸ™πŸΌ.

04/09/2026

TV Stand & 2 Couches kudayisa ngayo lemali. Ama Second Hand, umnikazi uyahamba eThekwini so akasakudingi. Ayibuzani, ayiceli Discount, if ukuthanda thenga πŸ™πŸ½.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252

Monday, 07 September, sizobe sisuka njalo eThekwini. Uphathisa ini?

Indlela esizikhandla ngayo for nina, Customers, yazi anazi... 4 hours of collecting and buying edilobheni, sisazobamba u...
03/09/2026

Indlela esizikhandla ngayo for nina, Customers, yazi anazi... 4 hours of collecting and buying edilobheni, sisazobamba ulayini, siqukule. Lo 4 hours uphenduka u 6 hours 🀞🏼, mase usuka lapho uyothatha outside of Durban C*D. Masisuka lapho siyodiliva in deep rural areas.

Siyaxolisa masifika / sizofika ebusuku.

WhatsApp βœ…οΈ: 0350012252 mawufuna ukusiphathisa.

Silalela Wena kodwa ekugcineni as Lalela Couriers πŸ™πŸΌ

Address

Nongoma

Opening Hours

Monday 06:00 - 17:00
Tuesday 06:00 - 17:00
Wednesday 06:00 - 17:00
Thursday 06:00 - 17:00
Friday 06:00 - 17:00
Saturday 06:00 - 17:00
Sunday 08:00 - 15:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lalela Couriers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

Share