Amandla Edlozi Makhosi Mthethwa

Amandla Edlozi Makhosi Mthethwa Traditional healer

12/01/2024

Ukuvaleka kwezonto Kukaningi kungenzeka kubekuwe siqu Sakho noma emsamo or ukuphambana kwezonto,so mina ngiqala ngibheke kuthi ubani one Kings.

12/01/2024

Bafethu nibaningi ngicela nibekezele akekho ongezusizakala engikwenzi ngamali Loku la

Ngixolise Kade beyu hekhile Facebook wami sengikhona
26/01/2023

Ngixolise Kade beyu hekhile Facebook wami sengikhona

Impilo izokumangaza labantu obasizile bexakekile ibona futhi abazokubulalisa ngeke ukholwe kodwa siyakithemba idlozi noN...
24/08/2022

Impilo izokumangaza labantu obasizile bexakekile ibona futhi abazokubulalisa ngeke ukholwe kodwa siyakithemba idlozi noNkulunkulu esimkhonzayo

IMVELO IYAKHULUMS
26/03/2022

IMVELO IYAKHULUMS

19/09/2021

Ngiyisangoma ngofela khona futhi

ITHONGO LINAMANDLA NGANGOKUTHI LIYAKWAZI UKUGINgqa imoto kufe abantu abaningi kanjaloke liyakwazi nokuphendula amatafula...
15/02/2021

ITHONGO LINAMANDLA NGANGOKUTHI LIYAKWAZI UKUGINgqa imoto kufe abantu abaningi kanjaloke liyakwazi nokuphendula amatafula made uhlupheka ucebe sebenzisa amandla edlozi kahle ubone kushintsha izinto

18/12/2019
ITHONGO LOHLEZI LINAMANDLA YIZE NOMA LINGAJAHI
18/02/2019

ITHONGO LOHLEZI LINAMANDLA YIZE NOMA LINGAJAHI

WOZA NENKINGA MINA NGIZE NEMPEDULO NESIXAZULULO
07/07/2018

WOZA NENKINGA MINA NGIZE NEMPEDULO NESIXAZULULO

02/02/2018

N**i izinyamazane uyisebenzisa kuphi wena

15/10/2017

SIYACELA NATHI SINGABELAPHI BENDABUKO UKUTHI ABANTU BALIHLONIPHE UMA LIDUMA IZULU ZONKE IZINDAWO ESENGIKE NGAZISEBENZA EZIHLASELWE UMPHEZULU ININGI LAZO KUKHONA NOBUDEDENGU 1.Mboza izinto ezicwebezelayo njengezibuko ,am a TV njl. 2.Khipha izinto ezipulakwe kugesi kusale okokukhanyisa kodwa. 3. Vula iminyango kungene umoya kungashisi endlini. 4.Musa ukugcogcoma uwehla wenyuka endlini. 5. Hlalaphansi uthobe uhloniphe lize lidlule izulu. Ngiyabonga ngingajabula ukuthi silekelelane siphephise izimpilo zethu.

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amandla Edlozi Makhosi Mthethwa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category